Watch brand new Intaba Yase Dubai - Sbali (Official Music Video)

65 Views
Ndi Zwatshitangani
0
Published on 16 Mar 2021 / In Music / Music video

Sometimes all you can do is admire from a distance all that you love wholeheartedly, knowing that being close, will be hard yet attainable. That is what Intaba Yase Dubai tells us in is his Zulu debut single titled #Sbali

Song: Sbali
Artist: Intaba Yase Dubai
Written by: Intaba Yase Dubai and Kgosi Mahumapelo
Composer: Bafana Makudulela, Kgosi Mahumapelo, Siyabonga Mkhize and Cwenga Mbele
Music Publisher: Ambitiouz Group PTY LTD

Lyrics:
Uma ngingakuxoxela indab’ongayazi
Ngicela ungathwali izandl’ekhanda
Ngicel’ungamangali.
Mina ngingakuxoxela indab’ongayazi
Engakuthwalisa izandla ekhanda
Ngicel’ungamangali.
Sengahlale ngiphethe isthombe sakho ephaketheni
Ngoba ngihlale nginethemba ukuthi ngizokubona
Sengahlale ngphethe isthombe sakho
Ephaketheni phela inhliziyo iyagxumagxuma mangikbona.
Uyajabula umphefumulo, kimi ufana nesbuko
Engath’ungahlala useduze nami
Uz’ungkhonzele kubafwenu
Uz’ubaxoxele ngeliny’ilanga ngizoba wu sbali
Ngifuna ukuba wu sbali
Lentombi kumele kube ngeyami
Ngifuna ukuba wu sbali
Lentombi kumele kube ngeyami.


(Verse 1)
Mina uma ngivuka we dali
Ngicabanga wena ekhanda lami
Ngiyazi uyazibuza ke manje
Ukuthi why ngingakuqondi ngikutshele lendaba
Hay ukuthi ngiyakusaba
Indlela engikuhlonipha ngayo
Angifuni uthi nginamanga lento into eyenzakalayo
Ukube nginamandla bengizovele ngiyifake emaphepheni
Uvele udume umhlaba wonke njengosheleni
Ngihlanyiswa isithombe sakho
Lesi engisiphethe ephaketheni lami
Isona esingenza ngbone impilo esangihlalele emhlabeni
Mina anginalutho esandleni
Ngizokupha okusenhlizweni yami ungunaphakade
Bahlale bengibuza abangani
Bethi why ngingasiloyi lesithombe sakho

(Chorus)
Uyajabula umphefumulo, kimi ufana nesbuko
Engath’ungahlala useduze nami
Uz’ungkhonzele kubafwenu
Uz’ubaxoxele ngeliny’ilanga ngizoba wu sbali
Ngifuna ukuba wu sbali
Lentombi kumele kube ngeyami
Ngifuna ukuba wu sbali
Lentombi kumele kube ngeyami.




(Verse 2)
Sengiqala ukulibuka nangamehlo enqondo
Usuku lwamalobolo
Obvious ngzobe senginemali eningi
Nigyow spenda wonke umholo
Usuyongixolisela kwabomndeni
Mina angizwani neyikoloto
Mina ngiyabhadala
Sengisho ukuthi noma bengakhalanga
Uthando lwakho lufana no Amen enhlizweni yami
Lufika njalo mangithandaza.
Ngiye ngithi mhla ngayeba inhliziyo yakho
Ngalolosuku kuyogijima iveni
Umjuluko uyobe uzehlela ebusweni
Kubafwenu mhla ngidla amanzi e-orintshi
Sekumele babize umfana omncane ngo sbali
Isimo sobe siphoqa ngalesosikhathi kuyobe kuymina oholile
Angibona laba abathi khona abazokwenza
Khona i chappies uma isiphelile hey mina.

(Chorus)
Uyajabula umphefumulo, kimi ufana nesbuko
Engath’ungahlala useduze nami
Uz’ungkhonzele kubafwenu
Uz’ubaxoxele ngeliny’ilanga ngizoba wu sbali
Ngifuna ukuba wu sbali
Lentombi kumele kube ngeyami
Ngifuna ukuba wu sbali
Lentombi kumele kube ngeyami.

(Bridge)
Uma ngingakuxoxela indab’ongayazi
Ngicela ungathwali izandl’ekhanda
Ngicel’ungamangali.
Mina ngingakuxoxela indab’ongayazi
Engakuthwalisa izandla ekhanda
Ngicel’ungamangali.
Ngifuna ukuba wu sbali
Lentombi kumele kube ngeyami
Ngifuna ukuba wu sbali
Lentombi kumele kube ngeyami.

Show more
0 Comments sort Sort By

Facebook Comments

Up next